Dlulela kokuphakathi

Ezivela Ezinqolobaneni Zethu

Funda ngabantu nezenzakalo zesikhathi sanamuhla zoFakazi BakaJehova.

Historical Overview

“Kunomsebenzi Omningi Wokuvuna Okumelwe Wenziwe”

Bangaphezu kuka-760 000 oFakazi BakaJehova abashumayela iqiniso leBhayibheli eBrazil. Waqala kanjani umsebenzi wokushumayela eNingizimu Melika?

Yiziphi izingqinamba abamemezeli boMbuso ababhekana nazo ePortugal

Yiziphi izingqinamba abamemezeli boMbuso ababhekana nazo ePortugal?

1870 to 1918

Izinkulumo Zeningi Zisakaza Izindaba Ezinhle E-⁠Ireland

Yini eyaqinisekisa uC. T. Russell ngokuthi amasimu lapho ‘ayekulungele ukuvunwa’?

Ifilimu Eyakha Ukholo Esineminyaka Eyikhulu

Lona unyaka wekhulu kwaboniswa okokuqala i-“Photo-Drama of Creation,” eyayiklanyelwe ukwakha ukholo eBhayibhelini njengeZwi likaNkulunkulu.

I-“Eureka Drama” Yasiza Abaningi Ukuba Bathole Iqiniso LeBhayibheli

Le nguqulo efushanisiwe ye-“Photo-Drama of Creation” babekwazi ukuyibukisa ezindaweni ezicezile ngisho noma ugesi ungekho.

“Ngivuna Izithelo Kube Udumo KuJehova”

Nakuba abaFundi beBhayibheli babengayiqondi ngokuphelele indaba yokungathathi-hlangothi phakathi neMpi Yezwe I, ubuqotho babo baba nemiphumela emihle.

Bama Baqina ‘Ngehora Lokuvivinywa’

Funda uzwe ukuthi ukugqashuka kweMpi Yezwe I ngo-1914 kwalenza kanjani izwe laqaphela ukungathathi-hlangothi kwabaFundi BeBhayibheli.

1919 to 1930

“Sinentshiseko Nothando Okwengeziwe Ezinhliziyweni Zethu Kunanini Ngaphambili”

Ngemva komhlangano wango-1922 abaFundi BeBhayibheli basabela kanjani esicelweni “sokumemezela iNkosi noMbuso”?

‘Kwakuyizindaba Ezinhle Kunazo Zonke’

Ngo-1926, abaFundi BeBhayibheli, njengoba oFakazi BakaJehova babebizwa kanjalo, base beneziteshi zabo zemisakazo emadolobheni amane aseCanada.

Ukuntwela Kokusa EJapane

Izinqola ezakhiwe ngokukhethekile ezazibizwa ngokuthi “oJehu” zasiza ekuthuthukiseni umsebenzi wokushumayela ngoMbuso eJapane.

Yafika Ngesikhathi Futhi “Ayisoze Yalibaleka”

Thola indlela i-“Creation Drama” entsha eyasiza ngayo oFakazi eJalimane ukuba babhekane novivinyo lokholo phakathi neMpi Yezwe II.

“Nganginjengofudu Negobolondo Lalo”

Ngasekupheleni kuka-1929, isimo somnotho embulungeni yonke sawa sangena enkathini eyaziwa ngokuthi iNkathi Yokuwohloka Okukhulu Komnotho. Abamemezeli besikhathi esigcwele bamisa kanjani phakathi naleso sikhathi esibucayi?

1931 to Present

“Akukho Mgwaqo Omubi Noma Omude Kakhulu”

Ngasekupheleni kwawo-1920 nangasekuqaleni kwawo-1930, amaphayona ashisekayo abonisa ukuzimisela kwawo ukushumayela izindaba ezinhle ezindaweni ezicezile zase-Australia.

“Uzoba Khona Nini Omunye Umhlangano?”

Yini eyenza umhlangano omncane edolobheni laseMexico, ngo-1932, wabaluleka kangaka?

Inkosi Yajabula!

Funda ngendlela inkosi yaseSwazini eyakujabulela ngayo ukufunda amaqiniso eBhayibheli.

I-Lightbearer Iyisa Ukukhanya Okungokomoya ENingizimu-mpumalanga Ye-Asia

Naphezu kokuphikiswa, leli qembu elincane elalihamba nge-Lightbearer lasakaza ngesibindi ukukhanya kweqiniso leBhayibheli endaweni enkulukazi enabantu abaningi.

“Bamemezeli BoMbuso EBrithani​—Phaphamani!!”

Akubanga nantuthuko ephawulekayo eminyakeni eyishumi kubamemezeli boMbuso abaningi eBrithani! Yini eyabangela ukuba kube noshintsho?

Ingabe OFakazi BakaJehova ENew Zealand BangamaKristu Anokuthula Futhi Azinikele?

Ngabo-1940, kungani oFakazi BakaJehova babebhekwa njengabantu abayingozi emphakathini?

Banikela Ngokungcono Kakhulu

OFakazi BakaJehova babasiza kanjani abafowabo baseJalimane ngokushesha ngemva nje kwempi yezwe yesibili?

Ukukhonza UJehova Naphezu Kwezinkinga Zomnotho

OFakazi BakaJehova bakhuthazelela izimo zomnotho ezinzima kakhulu phakathi neminyaka yawo-1970 kuya ko-1980. Funda ukuthi isibonelo sabo singasisiza kanjani namuhla njengoba sibhekana nezimo ezishintsha ngokuphazima kweso.