Ukulungiselela Ukuyoshumayela
Sebenzisa leli shadi ukuze nilungiselele ukuyoshumayela!
Bazali, fundani futhi nixoxe ngoMathewu 28:19, 20 nezingane zenu.
Dawuniloda futhi uprinte lo msebenzi.
Ngemva kokubukela ividiyo ethi Ukulungiselela Ukuyoshumayela, sebenzisani leli shadi ukuze nilungiselele ukuyoshumayela. Siza izingane zakho zipakishe izikhwama zazo usebenzisa uhlu olungenzansi futhi ninganezela noma yini enye eniyidingayo. Bhala intshumayelo ezingayiprakthiza ngokuzwakalayo. Bese nibhala nomgomo ezingawufinyelela enkonzweni. Leli shadi ungaliprinta njalo ukuze zihambe nalo lapho ziyoshumayela.
Okunye Ongase Ukuthande
IZIHLOKO EZIWUCHUNGECHUNGE
Funda Kubangani BakaJehova—Umsebenzi
Sebenzisa le misebenzi ukuze wakhe kabusha indaba ekuchungechunge oluthi Funda Kubangani BakaJehova bese uxoxa nezingane zakho ngamaphuzu abalulekile.
IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI
Izindlela Zokufundisa Izingane
Thola izindlela ezimnandi zokufundisa izingane zakho izindinganiso zeBhayibheli.