Dlulela kokuphakathi

Yiba Qotho Njalo

Yiba Qotho Njalo

Ungamsiza yini uTao athole indlela yokuphuma kulo mdlalo we-maze, afunde nokuba qotho?

Bazali, fundani futhi nixoxe ngeHubo 18:25 nezingane zenu.

Dawunilodani futhi niprinte lo msebenzi.

Ngemva kokubuka ividiyo ethi Yiba Qotho Njalo, dlalani i-maze, nixoxe ngokuthi uTao waqhubeka kanjani eqotho. Bese nixoxa ngendlela eningaba qotho ngayo kuJehova njengomndeni.

Sizani uTao ahambe endleleni yobuqotho ezomsiza afinyelele imigomo yakhe engokomoya!

Ibhonasi: Balani ukuthi zingaki izingwejeje ezivele kuvidiyo.

Okunye Ongase Ukuthande

IZIHLOKO EZIWUCHUNGECHUNGE

Funda Kubangani BakaJehova​—Umsebenzi

Sebenzisa le misebenzi ukuze wakhe kabusha indaba ekuchungechunge oluthi Funda Kubangani BakaJehova bese uxoxa nezingane zakho ngamaphuzu abalulekile.

IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI

Izindlela Zokufundisa Izingane

Thola izindlela ezimnandi zokufundisa izingane zakho izindinganiso zeBhayibheli.