Izindaba Zomhlaba Wonke
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2024 #7
Kulo mbiko, sizozwa ukuthi abafowethu nodadewethu baqhuba kanjani emhlabeni wonke futhi sizojabulela nokwazi amalungu amasha eNdikimba Ebusayo okungumfowethu uJody Jedele noJacob Rumph.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2024 #6
Kulo mbiko, sizoxoxa ngokuthi singahlala kanjani sigxile ekuceleni izifundo zeBhayibheli.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2024 #5
Kulo mbiko, sizoxoxa ngendlela esingahlala ngayo sigxile eMbusweni kaNkulunkulu njengesisombululo sangempela sezinkinga zabantu.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2024 #4
Kulo mbiko, sizobona indlela abafowethu nodadewethu ababoshelwe ukholo lwabo ‘abaqhubeka ngayo benqoba okubi ngokuhle.’—Roma 12:21.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2024 #3
Kulo mbiko, sizoxoxa ngezimiso zeBhayibheli ezisisiza sikhethe indlela esizogqoka nesizozilungisa ngayo.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2024 #2
Kulo mbiko, sizoxoxa ngendlela uBaba wethu omuhle uJehova, abonisa ngayo ukuthi “ufisa ukuba bonke baphenduke.” (2 Pet. 3:9) Sizozwa nangoshintsho endleleni evamile esigqoka ngayo lapho siya ezindaweni ezinjengenkonzo yasensimini, imihlangano yebandla nemihlangano emikhulu.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2024 #1
Thola ukuthi uthando esinalo ngabantu lusenza kanjani sishiseke enkonzweni.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2023 #8
Thola indlela esibonisa ngayo ukuthi siyizikhonzi zikaNkulunkulu ngezinqumo esizenzayo endabeni yokugqoka nokuzilungisa, nendlela esingabukhuthaza ngayo ubunye ebandleni.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2023 #7
Thola imininingwane ngencwadi entsha enesihloko esithi ImiBhalo Ewusizo Ekuphileni KwamaKristu kanye nesihloko sonyaka ka-2024.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2023 #6
Kulo mbiko, ilungu leNdikimba Ebusayo lethula ingxoxo ekhuthazayo kaNegede Teklemariam.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2023 #5
Kulo mbiko, ilungu leNdikimba Ebusayo lethula ingxoxo ekhuthazayo kaDennis no-Irina Christensen.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2023 #4
Kulo mbiko, ilungu leNdikimba Ebusayo lisenza silangazelele ukuhlangana ngokoqobo emihlanganweni yesifunda, liphinde lixoxe ngendlela uJehova asivikela ngayo ngokomoya.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2023 #3
Ilungu leNdikimba Ebusayo libonisa indlela abafowethu nodadewethu abamenza ngayo uJehova abe isiphephelo sabo naphezu kovivinyo noma izinhlekelele.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2023 #2
Ilungu leNdikimba Ebusayo lisibikela ngabafowethu baseTürkiye, liphinde libe nezingxoxo ezikhuthazayo.
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2023 #1
Sikukhuthaza ukuba ubuke lo mbiko ukuze uzwe izindaba ezimnandi ngomsebenzi waseRamapo nezaziso eziphathelene namaphayona ethu.