A7-E
Izenzakalo Eziyinhloko Ekuphileni KukaJesu Kwasemhlabeni–Inkonzo Enkulu KaJesu EGalile (INgxenye 3) NaseJudiya
ISIKHATHI |
INDAWO |
ISENZAKALO |
MATHEWU |
MARKU |
LUKA |
JOHANE |
---|---|---|---|---|---|---|
32, ngemva kwePhasika |
OLwandle LwaseGalile; eBhetsayida |
Esikebheni esiya eBhetsayida, uJesu uxwayisa ngemvubelo yabaFarisi; welapha indoda eyimpumputhe |
||||
Endaweni yaseKhesariya Filipi |
Izihluthulelo zoMbuso; ubikezela ngokufa nokuvuswa kwakheKeys of the Kingdom; foretells his death and resurrection |
|||||
Cishe eNt. iHermoni |
Ukuguqulwa isimo; uJehova uyakhuluma |
|||||
Endaweni yaseKhesariya Filipi |
Welapha umfana ohlushwa idemoni |
|||||
EGalile |
Uphinde abikezele ngokufa kwakhe |
|||||
EKapernawume |
Ukhokha intela ngohlamvu lwemali olukhishwe emlonyeni wenhlanzi |
|||||
Omkhulu eMbusweni; umfanekiso wemvu elahlekile nowesigqila esingathetheleli |
||||||
EGalile-eSamariya |
Endleleni eya eJerusalema, utshela abafundi ukuba bashiye konke ngenxa yoMbuso |
Inkonzo KaJesu Yakamuva EJudiya
ISIKHATHI |
INDAWO |
ISENZAKALO |
MATHEWU |
MARKU |
LUKA |
JOHANE |
---|---|---|---|---|---|---|
32, UMkhosi WamaTabernakele (noma, Wamadokodo) |
EJerusalema |
Ufundisa eMkhosini; izikhulu zithumela abantu ukuba bambophe |
||||
Uthi “Mina ngiwukukhanya kwezwe”; welapha indoda eyazalwa iyimpumputhe |
||||||
Cishe eJudiya |
Uthuma abangu-70; babuya bethokozile |
|||||
EJudiya; eBhethaniya |
Umfanekiso womSamariya olungile; uvakashela ekhaya likaMariya noMarta |
|||||
Cishe eJudiya |
Uphinde afundise ngomthandazo oyisibo- nelo; isibonelo somngani ophikelelayo |
|||||
Uxosha amademoni ngomunewe kaNkulunkulu; uphinde anikeze isibonakaliso sikaJona |
||||||
Udla nomFarisi; ulahla ubuzenzisi babaFarisi |
||||||
Imifanekiso: indoda ecebile engenangqondo nomphathi othembekile |
||||||
Welapha owesifazane okhubazekile ngeSabatha; umfanekiso wohlamvu lwesinaphi nemvubelo |
||||||
32, uMkhosi Wokunikezela |
EJerusalema |
Umfanekiso kamalusi omuhle nesibaya sezimvu; amaJuda azama ukumkhanda ngamatshe; uya eBethaniya ngaphesheya kweJordani |