B12-B
Isonto Lokugcina Lokuphila KukaJesu Emhlabeni (INgxenye 2)
IJerusalema Nezindawo Ezilizungezile
-
Ithempeli
-
Insimu YaseGetsemane (?)
-
ISigodlo Sombusi
-
INdlu KaKayafase (?)
-
ISigodlo Esasisetshenziswa UHerode Antipase (?)
-
IChibi LaseBhethesda
-
IChibi LaseSilowama
-
IHholo LeSanhedrini (?)
-
IGolgotha (?)
-
I-Akeldama (?)
Usuku: Nisani 12 | Nisani 13 | Nisani 14 | Nisani 15 | Nisani 16
Nisani 12
UKUSHONA KWELANGA (Izinsuku zamaJuda ziqala futhi ziphele ekushoneni kwelanga)
UKUPHUMA KWELANGA
-
Uhlezi nabafundi
-
UJuda uhlela ukumkhaphela
UKUSHONA KWELANGA
Nisani 13
UKUSHONA KWELANGA
UKUPHUMA KWELANGA
-
UPetru noJohane balungiselela iPhasika
-
UJesu nabanye abaphostoli bayafika ntambama
UKUSHONA KWELANGA
Nisani 14
UKUSHONA KWELANGA
-
Udla iPhasika nabaphostoli
-
Ugeza izinyawo zabaphostoli
-
Uxosha uJuda
-
Usungula iSidlo SeNkosi Sakusihlwa
UKUPHUMA KWELANGA
-
Uphinde avele phambi kweSanhedrini ( 8)
-
Uyiswa kuPilatu ( 3), ngemva kwalokho ayiswe kuHerode ( 5), abese ephindiselwa kuPilatu ( 3)
-
Uthola isigwebo sokufa bese ebulawa eGolgotha ( 9)
-
Uyafa cishe ngehora lesithathu ntambama
-
Isidumbu sakhe siyasuswa bese siyangcwatshwa
UKUSHONA KWELANGA
Nisani 15 (ISabatha)
UKUSHONA KWELANGA
UKUPHUMA KWELANGA
-
UPilatu uyavuma ukuba kubekwe abaqaphi ethuneni likaJesu
UKUSHONA KWELANGA
Nisani 16
UKUPHUMA KWELANGA
-
Uyavuswa
-
Uvela kubafundi