Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

U-Isaya

Izahluko

Okuphakathi

  • 1

    • Ubaba namadodana akhe avukelayo (1-9)

    • UJehova uyayizonda inkonzo yokugcina icala (10-17)

    • “Masilungise izindaba” (18-20)

    • IZiyoni lizophinde libe yidolobha elithembekile (21-31)

  • 2

    • Intaba kaJehova iyaphakanyiswa (1-5)

      • Izinkemba zibe ngamageja (4)

    • Usuku lukaJehova luthobisa abaqhoshayo (6-22)

  • 3

    • Abaholi bakwaJuda badukisa isizwe (1-15)

    • Amadodakazi aseZiyoni ayenga amadoda ayahlulelwa (16-26)

  • 4

    • Abesifazane abayisikhombisa endodeni eyodwa (1)

    • Lokho uJehova akwenza kuhlume kuyokhazimula (2-6)

  • 5

    • Ingoma ngensimu yamagilebhisi kaJehova (1-7)

    • Usizi ngensimu yamagilebhisi kaJehova (8-24)

    • UNkulunkulu usithukuthelele isizwe sakhe (25-30)

  • 6

    • Umbono kaJehova esethempelini lakhe (1-4)

      • “Ungcwele, ungcwele, ungcwele uJehova” (3)

    • Izindebe zika-Isaya ziyahlanzwa (5-7)

    • U-Isaya uyathunywa (8-10)

      • “Nangu mina! Thuma mina!” (8)

    • “O Jehova, kuze kube nini?” (11-13)

  • 7

    • Umyalezo oya eNkosini u-⁠Ahazi (1-9)

      • USheyari-jashubi (3)

    • Isibonakaliso sika-Imanuweli (10-17)

    • Imiphumela yokungathembeki (18-25)

  • 8

    • Ukuhlasela kwe-Asiriya okuzayo (1-8)

      • UMahere-shalali-hashi-bazi (1-4)

    • Ningesabi​—⁠“uNkulunkulu unathi!” (9-17)

    • U-Isaya nezingane zakhe bayizibonakaliso (18)

    • Phendukelani emthethweni, hhayi emademonini (19-22)

  • 9

    • Ukukhanya okukhulu ezweni laseGalile (1-7)

      • Ukuzalwa ‘kweSikhulu Sokuthula’ (6, 7)

    • Isandla sikaNkulunkulu simelene no-Israyeli (8-21)

  • 10

    • Isandla sikaNkulunkulu simelene no-Israyeli (1-4)

    • I-Asiriya⁠—​induku yentukuthelo kaNkulunkulu (5-11)

    • Ukujeziswa kwe-Asiriya (12-19)

    • Abasele bakaJakobe bazobuya (20-27)

    • UNkulunkulu uzolahlulela i-⁠Asiriya (28-34)

  • 11

    • Ukubusa ngokulunga kwehlumela likaJese (1-10)

      • Impisi newundlu kuyohlala ndawonye (6)

      • Ulwazi ngoJehova luyogcwala emhlabeni (9)

    • Abasele bayabuyiselwa (11-16)

  • 12

    • Ingoma yokubonga (1-6)

      • “UJah, uJehova uyizikhwepha zami” (2)

  • 13

    • Isimemezelo ngokumelene neBhabhiloni (1-22)

      • Usuku lukaJehova luseduze! (6)

      • AmaMede azogumbuqela iBhabhiloni (17)

      • Ngeke kuphinde kuhlale muntu eBhabhiloni (20)

  • 14

    • Ama-Israyeli azohlala ezweni lawo (1, 2)

    • Ukuklolodelwa kwenkosi yaseBhabhiloni (3-23)

      • Okhanyayo uyowa esuka ezulwini (12)

    • Isandla sikaJehova sizophihliza umAsiriya (24-27)

    • Isimemezelo ngokumelene neFilistiya (28-32)

  • 15

    • Isimemezelo ngokumelene noMowabi (1-9)

  • 16

    • Umyalezo ngoMowabi uyaqhubeka (1-14)

  • 17

    • Isimemezelo ngokumelene neDamaseku (1-11)

    • UJehova uzokhuza izizwe (12-14)

  • 18

    • Umyalezo ngokumelene neTopiya (1-7)

  • 19

    • Isimemezelo ngokumelene neGibhithe (1-15)

    • IGibhithe lizomazi uJehova (16-25)

      • I-altare likaJehova eGibhithe (19)

  • 20

    • Isibonakaliso ngokumelene neGibhithe neTopiya (1-6)

  • 21

    • Isimemezelo ngokumelene nehlane lolwandle (1-10)

      • Ukuqapha enqabeni yokulinda (8)

      • “IBhabhiloni liwile!” (9)

    • Isimemezelo ngokumelene neDuma nethafa eliwugwadule (11-17)

      • “Mlindi, sekuyasa yini?” (11)

  • 22

    • Isimemezelo ngeSigodi Sombono (1-14)

    • Indawo yomphathi uShebina ithathwa u-⁠Eliyakimi (15-25)

      • Isipikili esingokomfanekiso (23-25)

  • 23

    • Isimemezelo ngokumelene neThire (1-18)

  • 24

    • UJehova uzoligeqa izwe (1-23)

      • UJehova uyiNkosi eZiyoni (23)

  • 25

    • Izibusiso ezicebile kubantu bakaNkulunkulu (1-12)

      • Idili likaJehova lewayini elimnandi (6)

      • Ukufa ngeke kusaba khona (8)

  • 26

    • Ingoma ephathelene nokwethembela nensindiso (1-21)

      • UJah uJehova uyiDwala laphakade (4)

      • Abahlala emhlabeni kufanele bafunde ukulunga (9)

      • “Abantu bakho abafile bayophila” (19)

      • Ngenani emakamelweni enu angaphakathi nicashe (20)

  • 27

    • UJehova ubulala uLeviyathani (1)

    • Ingoma ngo-Israyeli ofaniswa nensimu yamagilebhisi (2-13)

  • 28

    • Maye ngezidakwa zakwa-Efrayimi! (1-6)

    • Abapristi nabaprofethi bakwaJuda bayadiyazela (7-13)

    • “Isivumelwano noKufa” (14-22)

      • Itshe eliyigugu eliyinhloko eZiyoni (16)

      • Umsebenzi kaJehova ongajwayelekile (21)

    • Isiyalo sikaJehova esihlakaniphile siyafanekiswa (23-29)

  • 29

    • Maye nge-Ariyeli! (1-16)

      • Inkonzo yezindebe iyalahlwa (13)

    • Abayizithulu bayozwa; abayizimpumputhe bayobona (17-24)

  • 30

    • IGibhithe ngeke lisize ngalutho (1-7)

    • Abantu bayawenqaba umyalezo oyisiprofetho (8-14)

    • Niyoba namandla uma ningethemba (15-17)

    • UJehova ubabonisa umusa abantu bakhe (18-26)

      • UJehova, uMfundisi Omkhulu (20)

      • “Nansi indlela” (21)

    • UJehova uzokwahlulela i-⁠Asiriya (27-33)

  • 31

    • Usizo lwangempela luvela kuNkulunkulu, aluveli kubantu (1-9)

      • Amahhashi aseGibhithe ayinyama (3)

  • 32

    • Inkosi nezikhulu bayobusa ngenjongo yokulunga kwangempela (1-8)

    • Abesifazane abangenandaba bayaxwayiswa (9-14)

    • Izibusiso lapho kuthululwa umoya (15-20)

  • 33

    • Isahlulelo nethemba kwabalungile (1-24)

      • UJehova unguMahluleli, uMniki-mthetho neNkosi (22)

      • Akekho oyothi: “Ngiyagula” (24)

  • 34

    • Impindiselo kaJehova ezizweni (1-4)

    • U-Edomi uzokwenziwa incithakalo (5-17)

  • 35

    • IPharadesi liyabuyiselwa (1-7)

      • Abayizimpumputhe bayobona; abayizithulu bayozwa (5)

    • INdlela Yobungcwele yabakhululiwe (8-10)

  • 36

    • USaneheribi uhlasela kwaJuda (1-3)

    • URabishake uklolodela uJehova (4-22)

  • 37

    • UHezekiya ucela usizo lukaNkulunkulu ngo-Isaya (1-7)

    • USaneheribi usongela iJerusalema (8-13)

    • Umthandazo kaHezekiya (14-20)

    • U-Isaya udlulisela impendulo evela kuNkulunkulu (21-35)

    • Ingelosi ibulala abase-Asiriya abangu-185 000 (36-38)

  • 38

    • Ukugula kukaHezekiya nokululama kwakhe (1-22)

      • Ingoma yokubonga (10-20)

  • 39

    • Izithunywa ezivela eBhabhiloni (1-8)

  • 40

    • Induduzo kubantu bakaNkulunkulu (1-11)

      • Izwi ehlane (3-5)

    • Ubukhulu bukaNkulunkulu (12-31)

      • Izizwe zinjengethonsi eliphuma ebhakedeni (15)

      • UNkulunkulu uhlala ngaphezu “kwembulunga ewumhlaba” (22)

      • Zonke izinkanyezi zibizwa ngamagama (26)

      • UNkulunkulu akakhathali (28)

      • Ukwethembela kuJehova kwenza umuntu athole amandla kabusha (29-31)

  • 41

    • Umnqobi ovela empumalanga (1-7)

    • U-Israyeli uyinceku kaNkulunkulu ekhethiwe (8-20)

      • ‘U-Abrahama umngani wami’ (8)

    • Abanye onkulunkulu babekelwa inselele (21-29)

  • 42

    • Inceku kaNkulunkulu nesabelo sayo (1-9)

      • ‘NginguJehova igama lami’ (8)

    • Ingoma entsha yokudumisa uJehova (10-17)

    • U-Israyeli uyimpumputhe futhi uyisithulu (18-25)

  • 43

    • UJehova uphinde aqoqele ndawonye abantu bakhe (1-7)

    • Onkulunkulu bayavivinywa (8-13)

      • “Ningofakazi bami” (10, 12)

    • Ukukhululwa eBhabhiloni (14-21)

    • “Masiqulisane icala” (22-28)

  • 44

    • Izibusiso kubantu bakaNkulunkulu abakhethiwe (1-5)

    • Akekho omunye uNkulunkulu ngaphandle kukaJehova (6-8)

    • Izithixo ezenziwe umuntu zixakile (9-20)

    • UJehova unguMhlengi ka-Israyeli (21-23)

    • Ukubuyiselwa kusetshenziswa uKoresi (24-28)

  • 45

    • UKoresi uyagcotshwa ukuze anqobe iBhabhiloni (1-8)

    • Ubumba akufanele luphikisane noMbumbi (9-13)

    • Ezinye izizwe ziyamqaphela u-⁠Israyeli (14-17)

    • UNkulunkulu uthembekile endalweni nakulokho akwambulayo (18-25)

      • Umhlaba wadalwa ukuze kuhlalwe kuwo (18)

  • 46

    • Izithixo zaseBhabhiloni ziqhathaniswa noNkulunkulu ka-Israyeli (1-13)

      • UJehova ubikezela ikusasa (10)

      • Inyoni edla inyama evela empumalanga (11)

  • 47

    • Ukuwa kweBhabhiloni (1-15)

      • Ababhula ngezinkanyezi bayadalulwa (13-15)

  • 48

    • U-Israyeli uyasolwa futhi uyahlanzwa (1-11)

    • UJehova uzolithathela isinyathelo iBhabhiloni (12-16a)

    • Imfundiso kaNkulunkulu iyazuzisa (16b-19)

    • “Phumani eBhabhiloni!” (20-22)

  • 49

    • Isabelo senceku kaJehova (1-12)

      • Ukukhanya kwezizwe (6)

    • Induduzo ku-Israyeli (13-26)

  • 50

    • Izono zika-Israyeli zibangela izinkinga (1-3)

    • Inceku kaJehova elalelayo (4-11)

      • Ulimi nendlebe yabafundisiwe (4)

  • 51

    • IZiyoni liyabuyiselwa libe njengensimu yase-Edene (1-8)

    • Induduzo evela kuMenzi weZiyoni onamandla (9-16)

    • Indebe yolaka lukaJehova (17-23)

  • 52

    • Vuka, Ziyoni! (1-12)

      • Izinyawo ezinhle zalabo abaletha izindaba ezinhle (7)

      • Abalindi baseZiyoni bamemeza kanyekanye (8)

      • Labo abathwala izitsha zikaJehova kumele bahlanzeke (11)

    • Inceku kaJehova iyophakanyiswa (13-15)

      • Ukubukeka okonakalisiwe (14)

  • 53

    • Ukuhlupheka, ukufa nokungcwatshwa kwenceku kaJehova (1-12)

      • Wadelelwa futhi wagwenywa (3)

      • Uthwala ukugula nezinhlungu (4)

      • ‘Njengemvu eyohlatshwa’ (7)

      • Wathwala isono sabaningi (12)

  • 54

    • IZiyoni eliyinyumba lizoba namadodana amaningi (1-17)

      • UJehova ungumyeni weZiyoni (5)

      • Amadodana eZiyoni azofundiswa nguJehova (13)

      • Izikhali ezenzelwe iZiyoni ngeke ziphumelele (17)

  • 55

    • Isimemo sokudla nokuphuza mahhala (1-5)

    • Funani uJehova nezwi lakhe elithembekile (6-13)

      • Izindlela zikaNkulunkulu ziphakeme kunezomuntu (8, 9)

      • Izwi likaNkulunkulu liyophumelela nakanjani (10, 11)

  • 56

    • Izibusiso kwabezinye izizwe nabathenwa (1-8)

      • Indlu yomthandazo yabo bonke (7)

    • Abalindi abayizimpumputhe, izinja eziyizimungulu (9-12)

  • 57

    • Olungile nabaqotho bayashabalala (1, 2)

    • Ubufebe buka-Israyeli obungokomoya buyadalulwa (3-13)

    • Induduzo kubantu abaphansi (14-21)

      • Ababi banjengolwandle olunyakaza lungazoli (20)

      • Ababi abanakho ukuthula (21)

  • 58

    • Ukuzila ukudla kweqiniso nokwamanga (1-12)

    • Injabulo yokugcina iSabatha (13, 14)

  • 59

    • Izono zika-Israyeli zimhlukanisa noNkulunkulu (1-8)

    • Ukuvunywa kwezono (9-15a)

    • UJehova uyangenela ngenxa yabaphendukayo (15b-21)

  • 60

    • Inkazimulo kaJehova ikhanya phezu kweZiyoni (1-22)

      • Njengamajuba aya ezidlekeni zawo (8)

      • Igolide esikhundleni sethusi (17)

      • Omncane uyoba yinkulungwane (22)

  • 61

    • Ugcotshiwe ukuba amemezele izindaba ezinhle (1-11)

      • “Unyaka womusa kaJehova” (2)

      • “Izihlahla ezinkulu zokulunga” (3)

      • Abezinye izizwe bayosiza (5)

      • ‘Abapristi bakaJehova’ (6)

  • 62

    • Igama elisha leZiyoni (1-12)

  • 63

    • Impindiselo kaJehova ezizweni (1-6)

    • Uthando oluqotho lukaJehova ezikhathini ezidlule (7-14)

    • Umthandazo wokuphenduka (15-19)

  • 64

    • Umthandazo wokuphenduka uyaqhubeka (1-12)

      • UJehova “unguMbumbi wethu” (8)

  • 65

    • UJehova wahlulela abakhonza izithombe (1-16)

      • Unkulunkulu weNhlanhla nonkulunkulu wokuDalelwa (11)

      • “Izinceku zami ziyokudla” (13)

    • Amazulu amasha nomhlaba omusha (17-25)

      • Ukwakhiwa kwezindlu; ukutshalwa kwamasimu amagilebhisi (21)

      • Akekho oyokhandlekela ize (23)

  • 66

    • Ukukhulekela kweqiniso nokwamanga (1-6)

    • Umama oyiZiyoni namadodana akhe (7-17)

    • Abantu baqoqene ndawonye ukuze bayokhonza eJerusalema (18-24)