February 29–March 6
ESTERI 1-5
INgoma 86 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“U-Esteri Wamela Abantu BakaNkulunkulu”: (10 imiz.)
[Dlala i-video ethi Isethulo Sika-Esteri.]
Est 3:5-9—UHamani wayefuna ukubhubhisa abantu bakaNkulunkulu (ia 131 ¶18-19)
Est 4:11–5:2—Ukholo luka-Esteri lwaluqine ukwedlula ukwesaba kwakhe ukufa (ia 125 ¶2; 134 ¶24-26)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Est 2:15—U-Esteri wasibonisa kanjani isizotha nokuzithiba? (w06 3/1 9 ¶7)
Est 3:2-4—Yini okungenzeka yenza uMoridekayi wenqaba ukukhothamela uHamani? (ia 131 ¶18)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: Est 1:1-15 (4 imiz. noma ngaphansi)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Hambisa incwajana ethi Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade. Beka isisekelo sempindelo.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wendlela yokwenza impindelo kumuntu owamukele incwajana ethi Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade bese nixoxa ngamakhasi 2-3. Beka isisekelo sempindelo elandelayo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wendlela yokuqhuba isifundo seBhayibheli kusetshenziswa amakhasi 4-5 encwajana ethi Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade lapho umninikhaya eyithathile ekuhambeleni kokuqala. (km 7/12 6 ¶4)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo zebandla: (10 imiz.)
Uzuza Kanjani Endleleni Entsha Umhlangano Ohlelwe Ngayo NaseNcwajaneni?: (5 imiz.) Ingxoxo. Cela izilaleli zisho indlela eziye zazuza ngayo kulo mhlangano omusha. Bakhuthaze bonke ukuba balungiselele kahle ukuze bazuze ngokugcwele.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: ia isahl. 10 ¶1-11, nebhokisi elithi “Saba Side Kangakanani Isomiso Sosuku Luka-Eliya” (30 imiz.)
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 113 Nomthandazo