January 2- 8
ISAYA 24-28
INgoma 12 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJehova Uyabanakekela Abantu Bakhe”: (10 imiz.)
Isaya 25:4, 5
—Ngokomoya, uJehova uyisiphephelo sabo bonke abafuna ukumkhonza (ip-1 272 ¶5) Isaya 25:6
—UJehova uye wasigcina isithembiso sakhe sokulungiselela inala yokudla okungokomoya (w16.05 28 ¶4; ip-1 273 ¶6-7) Isaya 25:7, 8
—Maduze isono nokufa kuzoqedwa phakade (w14 9/15 26 ¶15; ip-1 273-274 ¶8-9)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Isaya 26:15
—Singasiza kanjani njengoba uJehova enweba “yonke imingcele yezwe”? (w15 7/15 8 ¶18) Isaya 26:20
—‘Amakamelo angaphakathi’ abikezelwa abonakala ehlobene nani? (w13 3/15 23 ¶15-16) Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Isaya 28:1-13
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo esekelwe kwesithi “Izintshumayelo Ezisikiselwe.” Dlala i-video yentshumayelo ngayinye, bese nixoxa ngokuvelele kuyo. Bakhuthaze ukuba baphaphamele amathuba okudlala i-video ethi Was Life Created?
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (15 imiz.) Noma kungase kuxoxwe ngezifundo ezitholakala e-Ncwadini Yonyaka. (yb16 140-142)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 6 ¶8-15 nebhokisi elithi “Imihlangano Yokuqala Emikhulu Eyafaka Ugqozi Lomsebenzi Wokushumayela”
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 66 Nomthandazo