Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Israelite slaves return to their family and land during the Jubilee

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Unyaka WeJubili Nenkululeko Yangesikhathi Esizayo

Unyaka WeJubili Nenkululeko Yangesikhathi Esizayo

Unyaka weJubili wawusiza ama-Israyeli ukuba agweme izikweletu ezingapheli nokuswela ukuphila kwawo konke (Lev 25:10; it-1-E 871; bheka isithombe esisesembozweni)

Lapho kuthengiswa indawo empeleni yayisuke iqashiswa, kuye ngokuthi leyo ndawo yayizokhiqiza isivuno esingakanani (Lev 25:15; it-1-E 1200 ¶2)

UJehova wayebabusisa abantu bakhe lapho bewulalela umthetho wonyaka weJubili (Lev 25:18-22; it-2-E 122-123)

IJubili elingokomfanekiso maduze lizobazuzisa ngokugcwele abantu abathembekile lapho bekhululwa ngokuphelele esonweni nasekufeni.—Ro 8:21.

Yini ngamunye wethu okumelwe ayenze ukuze athole inkululeko ethenjiswa uJehova?