Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

March 14-20

JOBE 1-5

March 14-20
  • INgoma 89 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • UJobe Wagcina Ubuqotho Ngaphansi Kovivinyo”: (10 imiz.)

    • [Dlala i-video ethi Isethulo SikaJobe.]

    • Jobe 1:8-11—USathane wangabaza izisusa zobuqotho bukaJobe (w11 5/15 17 ¶6-8; w09 4/15 3 ¶3-4)

    • Jobe 2:2-5—USathane wangabaza ubuqotho babo bonke abantu (w09 4/15 4 ¶6)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Jobe 1:6; 2:1—Obani ababevunyelwe ukungena phambi kukaJehova? (w06 3/15 13 ¶6)

    • Jobe 4:7, 18, 19—Yikuphi ukucabanga okuyiphutha u-Elifazi akuveza kuJobe? (w14 3/15 12 ¶3; w05 9/15 26 ¶4-5; w95 2/15 27 ¶5-6)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu akulokhu kufundwa kweBhayibheli engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: Jobe 4:1-21 (4 imiz. noma ngaphansi)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: wp16.2 isembozo—Beka isisekelo sempindelo. (2 imiz. noma ngaphansi)

  • Empindelweni: wp16.2 isembozo—Beka isisekelo sempindelo elandelayo. (4 imiz. noma ngaphansi)

  • Esifundweni SeBhayibheli: fg isifundo 2 ¶2-3 (6 imiz. noma ngaphansi)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 88

  • Melana Nokucindezela Kontanga!: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video eku-jw.org/zu ethi Melana Nokucindezela Kontanga! (Ngena ngaphansi kwesithi IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI > INTSHA.) Ngemva kwalokho, buza le mibuzo: Yikuphi ukucindezela izingane ezibhekana nakho esikoleni? Zingasisebenzisa kanjani isimiso esiku-Eksodusi 23:2? Yiziphi izinyathelo ezine ezizozinika isibindi sokumelana nokucindezela kontanga zigcine nobuqotho bazo? Cela intsha isho okuhlangenwe nakho okuhle.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: ia isahl. 11 ¶1-11 (30 imiz.)

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 149 Nomthandazo