March 20-26
JEREMIYA 8-11
INgoma 117 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Abantu Bangaphumelela Kuphela Lapho Beqondiswa NguJehova”: (10 imiz.)
Jer 10:2-5, 14, 15—Onkulunkulu bezizwe bangonkulunkulu bamanga (it-1-E 555)
Jer 10:6, 7, 10-13—Ngokungafani nonkulunkulu bezizwe, uJehova uwukuphela kukaNkulunkulu wangempela (w04 10/1 11 ¶10)
Jer 10:21-23—Abantu abakwazi ukuphumelela ngaphandle kwesiqondiso sikaJehova (w15 9/1 15 ¶1)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Jer 9:24—Hlobo luni lokuzigabisa nokuziqhenya olulungile? (w13 1/15 20 ¶16)
Jer 11:10—Kungani uJeremiya amemezela nangombuso wasenyakatho wezizwe eziyishumi, nakuba iSamariya lase libhujisiwe ngo-740 B.C.E.? (w07 3/15 9 ¶2)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Jer 11:6-16
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Isimemo seSikhumbuzo nesembozo se-wp17.2—Beka isisekelo sempindelo.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Isimemo seSikhumbuzo nesembozo se-wp17.2—Beka isisekelo sempindelo elandelayo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) ll kk. 4-5 (Ummemezeli angazikhethela izithombe azoxoxa ngazo.)—Memela umuntu eSikhumbuzweni.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Indlela Yokusebenzisa Incwajana Ethi Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade”: (15 imiz.) Qala ngokuxoxa ngesihloko imizuzu emihlanu. Kamuva, dlala i-video ebonisa ingxenye yesifundo seBhayibheli esiqhutshwa ngamakhasi 8 no-9 ale ncwajana bese nixoxa ngayo le video. Khuthaza izilaleli ukuba zihambisane nayo encwajaneni ethi Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr “Ingxenye 3—Izindinganiso ZoMbuso—Ukufuna Ukulunga KukaNkulunkulu” nesahl. 10 ¶1-7
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 35 Nomthandazo