Ephreli 4-10
1 SAMUWELI 20-22
Ingoma 90 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Indlela Yokuba Umngane Okahle”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
1Sa 21:12, 13—Singafundani ezenzweni zikaDavide? (w05 3/15 24 ¶5)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Sa 22:1-11 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (2 imiz.) Buyela kumuntu obonise isithakazelo futhi wemukela isimemo seSikhumbuzo. (th isifundo 6)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Lapho inkulumo yeSikhumbuzo isiphelile, xoxa nomuntu ommemile bese uphendula imibuzo ayibuzayo ngenkulumo. (th isifundo 12)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 04 iphuzu 3 (th isifundo 20)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Bangobani Abangane Bakho Ezinkundleni Zokuxhumana?”: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Hlakanipha Lapho Usebenzisa Izingosi Zokuxhumana.
Yamukela Abasivakashele: (5 imiz.) Le nkulumo izosingathwa umbonisi wenkonzo futhi isekelwe esihlokweni esise-Ncwajaneni Yomhlangano Wokuphila Nenkonzo kaMashi 2016. Tshela ibandla ngalokho osekwenziwe ensimini ngalo mkhankaso. Khuluma ngeSimiso Sokufundwa KweBhayibheli KweSikhumbuzo esisekhasini 10 no-11 futhi bakhuthaze bonke ukuba balungise izinhliziyo zabo njengoba kuzoba iSikhumbuzo. (Ezr 7:10) Bakhumbuze ngamalungiselelo ebandla enziwe okuba khona noma okubukela lo mhlangano.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr Ukufingqwa Kwamaqiniso Acacisiwe, imibuzo 1-4
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 95 Nomthandazo