March 21-27
1 SAMUWELI 16-17
Ingoma 7 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Impi IngekaJehova”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
1Sa 16:14—Kungamuphi umqondo uSawule athola “umoya omubi” ovela kuJehova? (it-2-E 871-872)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Sa 16:1-13 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Isimemo SeSikhumbuzo: (2 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 11)
Isimemo SeSikhumbuzo: (3 imiz.) Mema osebenza naye, ofunda naye noma isihlobo oke wasishumayeza ngaphambilini. (th isifundo 2)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Buyela kumuntu oxoxe naye, wamukela isimemo seSikhumbuzo futhi wabonisa ukuthi uyathanda ukuxoxa nani. (th isifundo 4)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Buyela kumuntu oxoxe naye, wamukela isimemo seSikhumbuzo futhi wabonisa ukuthi uyathanda ukuxoxa nani. Mbonise iwebusayithi yethu. (th isifundo 20)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Izindlela Ezintathu Esingathembela Ngazo KuJehova”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ungalwesabi Ushushiso.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 22 ¶10-22
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 13 Nomthandazo