June 20-26
2 SAMUWELI 13-14
Ingoma 127 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ubugovu Buka-Amnoni Baholela Enhlekeleleni”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
2Sa 14:25, 26—Isibonelo sika-Absalomu sisifundisani ngobuhle bangempela? (g05 1/8 24-25)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Sa 14:8-20 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Nikeza umninikhaya umagazini ohambisana nalokho akhuluma ngakho. (th isifundo 12)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Memela umuntu emihlanganweni yethu. (th isifundo 18)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 05 iphuzu 6 nengxenye ethi Abanye Abantu Bathi (th isifundo 18)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Sebenzisa Incwadi Ethi Phila Kuze Kube Phakade! Ukuze Wakhe Ukholo KuJehova NakuJesu”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Yakha Ukholo KuJehova, Usebenzisa Incwadi Ethi Phila Kuze Kube Phakade! nethi Yakha Ukholo KuJesu Usebenzisa Incwadi Ethi Phila Kuze Kube Phakade!”
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 09
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 47 Nomthandazo