Novemba 22-28
ABAHLULELI 1-3
Ingoma 126 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Indaba Ekhuluma Ngesibindi Nethakazelisayo”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Hlu 2:10-12—Lokhu kuyisixwayiso kanjani kithi? (w05 1/15 24 ¶7)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Hlu 3:12-31 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
“Yijabulele Nakakhulu Inkonzo Yakho—Thola Usizo LukaJehova Ngokuthandaza”: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Yamukela Usizo LukaJehova Ukuze Uthole Injabulo Ngokwenza Abafundi—Umthandazo.
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lffi isifundo 02, isethulo namaphuzu 1-3 (th isifundo 11)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Yiba Umngane KaJehova—Zimisele Lapho Uyoshumayela: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Uma kungenzeka, cela izingane ezincane ezimbalwa ukuba zize esiteji bese uzibuza le mibuzo: Singakulungiselela kanjani ukushumayela? Singazilungisa kanjani ngendlela ehlelekile nenesizotha? Iyiphi indlela okufanele siziphathe ngayo uma sisensimini?
“Indlela Yokwenza Umhlangano Wenkonzo Yasensimini Ube Ozuzisayo”: (10 imiz.) Ingxoxo esingathwa umbonisi wenkonzo. Cela izilaleli ukuba ziphawule ngokuthi kungani kubalulekile ukufika ungakaqali umhlangano wenkonzo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 16 ¶9-13, ibhokisi 16A
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 29 Nomthandazo