Novemba 8-14
JOSHUWA 20-22
Ingoma 120 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Esikufundayo Ngokufinyelela Iziphetho Okungezona”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Jos 21:43, 44—Ukuba yiqiniso kwala mazwi kwabonakala kanjani ngisho noma abantu abaningi baseKhanani basinda lapho linqotshwa futhi bamelana nokubuswa ngama-Israyeli? (it-1-E 402 ¶3)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Jos 20:1–21:3 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: IBhayibheli—IsA 21:3, 4. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana, bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 12)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Nikeza umninikhaya incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! (th isifundo 14)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (15 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 15 ¶18-23
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 121 Nomthandazo