AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Phephela Ezingalweni ZikaJehova Zaphakade
UJehova ufuna siziphathe ngendlela ehlanzekile (Dut 33:26; it-2-E 51)
UJehova usebenzisa amandla akhe ukuze asisize (Dut 33:27; rr 120, ibhokisi)
Kufanele simethembe uJehova ukuthi uzosisindisa njengoba kwenza uMose (Dut 33:29; w11 9/15 19 ¶16)
Izingalo zikaJehova zaphakade ziyasisekela lapho sibhekene nezinkinga ezihlukahlukene. Lokhu kuhlanganisa nalapho sigula noma sicindezelekile, sishonelwe noma lapho senza amaphutha kodwa siphenduka.