Okthoba 23-29
JOBE 8-10
Ingoma 107 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Uthando Oluqotho LukaNkulunkulu Luyasivikela Emangeni KaSathane”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
Job 9:32—Yini okufanele siyenze lapho sihlangabezana nokuthile esingakuqondi eBhayibhelini? (w10 10/15 6-7 ¶19-20)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Job 9:20-35 (th isifundo 11)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 17)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usumnikeza incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese nixoxa kafushane ngengxenye ethi “Indlela Ongazuza Ngayo Ngokugcwele Kulezi Zifundo ZeBhayibheli.” (th isifundo 3)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 16 iphuzu 6 nengxenye ethi Abanye Abantu Bathi (th isifundo 14)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Siza Abantu Abangakholwa Bamazi UMdali Wabo”: (10 imiz.) Ingxoxo nevidiyo.
Izidingo Zebandla: (5 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) bt “Incwadi Evela ENdikimbeni Ebusayo” nesahl. 1 ¶1-7
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 64 Nomthandazo