Okthoba 2-8
JOBE 1-3
Ingoma 141 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Qhubeka Ubonisa Ukuthi Umthanda Kakhulu Kangakanani UJehova”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
Job 1:10 Leli vesi lisisiza kanjani siqonde amazwi kaJesu abhalwe kuMathewu 27:46? (w21.04 11 ¶9)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Job 3:1-26 (th isifundo 12)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mazise ngewebhusayithi yethu futhi umshiyele ikhadi lemininingwane le-jw.org. (th isifundo 9)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? futhi nixoxe ngayo (kodwa ungayidlali) (th isifundo 20)
Inkulumo: (5 imiz.) w22.01 11-12 ¶11-14—Isihloko: Fundisa Ngendlela Ephumelelayo NjengoJakobe—Bheka Isimo Njengoba Sinjalo futhi Uthobeke. (th isifundo 18)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ngangicabanga Ukuthi Kwanele Engangikwenza: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Bese ubuza izilaleli: Kungayiphi indlela umfoweth’ uBirdwell abona sengathi “kwanele ayekwenza”?
Ukuzindla ngomBhalo kaMathewu 6:33 kwamsiza kanjani?
Yini enye oyithandile kulokho okwenzeka emndenini kaBirdwell?
“Sebenzisa Ikhasi Lokuqala Le-JW.ORG Enkonzweni”: (5 imiz.) Ingxoxo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 59 iphuzu 6, ufundeni, ukubuyekeza nomgomo
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 129 Nomthandazo