Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ngamandla Akho Jehova

Ngamandla Akho Jehova

Dawuniloda:

  1. 1. Baba Nkosi ngiyasindwa

    Iz’nkathazo zalokhu k’phila.

    Ngiyakucela ungithwale,

    Ung’sekele

    Kulesi s’khathi.

    (PRE-CHORUS)

    Nginxusa

    Umoya wakho ongcwele

    (CHORUS)

    Ungisize ng’ndize

    Kuhle kwezinkozi ngiye kude.

    Nginamandl’ ok’thwala zonke

    Inhlobo zobunzima ngawe Nkosi,

    Ngamandl’ akho Jehova.

  2. 2. Amandl’ akho weSomandla

    Angisiza ngisize nabanye.

    Mabeluzwa lolo thando

    Badumise wena Mdali.

    (PRE-CHORUS)

    Nginxusa

    Umoya wakho ongcwele

    (CHORUS)

    Ungisize ng’ndize

    Kuhle kwezinkozi ngiye kude.

    Nginamandl’ ok’thwala zonke

    Inhlobo zobunzima ngawe Nkosi,

    Ngamandl’ akho Jehova.

    (CHORUS)

    Ungisize ng’ndize

    Kuhle kwezinkozi ngiye kude.

    Nginamandl’ ok’thwala zonke

    Inhlobo zobunzima ngawe Nkosi,

    Ngamandl’ akho Jehova,

    Ngamandl’ akho Jehova,

    Ngamandl’ akho Jehova.