Ngiqinisa Ukholo Lwami
Dawuniloda:
1. Leli zwe lenza k’be nzima uk’khonza uJehova.
Nginemibuz’ eminingi. Kulul’ uk’kholwa
Okubonayo.
Ukuze ng’qed’ ukungabaza ng’yatadisha.
Ngizokholelwa kokungabonwayo,
Ng’hambe ngokholo.
(CHORUS)
Ngiqinis’ ukholo lwami
Ngosizo lukaJehova.
Ngiqinis’ ukholo lwami
NgeZwi likaJah—Ling’siza ngiqinise
Ukholo lwam’
Ukholo lwam’
Ukholo lwam’
2. Leli zwe lizama ukungilolonga ng’fane nalo.
Kodwa ngeke linqobe ngoba uJehova
Ungifundisile.
Ukuze ng’qed’ ukungabaza ng’yathandaza.
Ngizozindla ngokungabonwayo.
Ngihambe ngokholo!
(CHORUS)
Ngiqinis’ ukholo lwami
Ngosizo lukaJehova.
Ngiqinis’ ukholo lwami
NgeZwi likaJah—Ling’siza ngiqinise
Ukholo lwam’
Ukholo lwam’
Ukholo lwam’.
(BRIDGE)
Uk’tadisha nok’zindla, uk’thandaza,
Abafowethu nokushumayela
Kuqeda uk’ngabaza ng’kwaz’ ukumela
Ukholo lwam’.
(CHORUS)
Ngiqinis’ ukholo lwami
Ngosizo lukaJehova.
Ngiqinis’ ukholo lwami.
UJah ngeZwi lakhe ungisiza ngiqinise
Ukholo lwam’
Ukholo lwam’
Ukholo lwam’
Ukholo lwam’
Ukholo lwam’
Ukholo lwam’.