Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

‘Ukuthula Okunjengomfula’

‘Ukuthula Okunjengomfula’

Dawuniloda:

  1. 1. Izinkathazo zalo k’phila

    Zingabangela uk’khathazeka.

    Thandaza njalo ungaphezi,

    Uzothola uk’thula k’kaJah.

    (CHORUS)

    Usinika ukuthula—

    Kusenza singesabi.

    Ukuthula kwakhe

    Kudlula konke uk’qonda. UJah unawe.

    Usinika ukuthula okunjengomfula.

  2. 2. Mtshele konk’ okuk’khathazayo,

    UJah uyayizwa im’thandazo.

    Uqapha izinhliziyo zethu.

    Uyohlale ekuthanda.

    (CHORUS)

    Usinika ukuthula—

    Kusenza singesabi.

    Ukuthula kwakhe

    Kudlula konke uk’qonda. UJah unawe.

    Usinika ukuthula okunjengomfula.

    (CHORUS)

    Usinika ukuthula—

    Kusenza singesabi.

    Ukuthula kwakhe

    Kudlula konke uk’qonda. UJah unawe.

    Usinika ukuthula okunjengomfula.