Manje Isikhathi
1. ‘Zinsuku ziya ziba zimbi
‘Zimpawu zicace bha,
Mas’be nomuzwa wok’phuthuma
Uk’phela k’yasondela.
Masilibambe leli thuba
Sazis’ igama l’kaJah,
Izibusiso zoMbuso
Masizimemezele.
(CHORUS)
Manj’ is’khathi
Sok’fak’ umfutho.
Asiyeki futhi asesabi.
Yebo is’khathi
Zokuz’bonisa,
Ezok’gcina lezi nsuku.
2. Ngeke s’phinde sishumayele
Ngezing’ esenza ngalo.
Asifun’ ukuphuthelwa
Sifuna bonk’ abantu.
Lapho k’sasa sibhek’ emuva
Kulezi nsuku zethu,
Siyobonga uJehova
Ngoba sikwenze konke.
(CHORUS)
Manj’ is’khathi
Sok’fak’ umfutho.
Asiyeki futhi asesabi.
Yebo is’khathi
Sokuz’bonisa,
Ezok’gcina lezi nsuku.
(BRIDGE)
Sinabathandekayo bethu
S’yozikhandla kakhulu.
Bese siyibon’ intambo,
Nantiya izw’ elisha.
(CHORUS)
Manj’ is’khathi
Sok’fak’ umfutho.
Asiyeki futhi asesabi.
Yebo is’khathi
Sokuz’bonisa,
Ezok’gcina lezi nsuku.