Ngikunike Okuy’gugu
1. Usiphe ifa
Lendodana eyigugu.
Siy’fundise
Ngesineke.
S’yajabula
Ukubona
Umzamo weth’ aw’bang’ ize.
(CHORUS)
Sekubuhlungu
Uk’hlukana nayo.
Kodw’ izohlal’ iphephile
Uma ngiy’nikela kuwe
Kuze k’be phakade.
Ngiyazi ng’zohlala
Nginokuthula kwengqondo.
Ngik’nike okuk’fanele;
Ngikunike okuy’gugu.
2. Us’phe intombi,
Isiph’ es’dinga uthando.
Kube mnandi;
Kwaba nzima.
Kodwa manje
Usey’ntombi
Esesiziqhenya ngayo.
(CHORUS)
Sekubuhlungu
Uk’hlukana nayo.
Kodw’ izohlal’ iphephile
Uma ngiy’nikela kuwe
Kuze k’be phakade.
Ngiyazi ng’zohlala
Nginokuthula kwengqondo.
Ngik’nike okuk’fanele;
Ngikunike okuy’gugu.