Nginokholo
Dawuniloda:
1. Ang’sabi kwabhubesi—
Izitha z’ngangenzani?
Ngihamba noJehova,
Angesabi lutho.
Ngiyambon’ ongabonwayo.
(CHORUS)
Nginokholo, ng’bheka ngale kosizi!
Nginokholo, angesabi lutho.
UJah wenza ngiqine,
Ngibheke phambili.
Ngiyazi uhlale enami—
Ngiyambona.
2. Sinefu lofakazi
Elahlala liqotho,
Lanqob’ uvivinyo.
Ligcinelw’ umvuzo.
Lizosukuma sil’bone.
(CHORUS)
Nginokholo, ng’bheka ngale kosizi!
Nginokholo, angesabi lutho.
UJah wenza ngiqine,
Ngibheke phambili.
Ngiyazi uhlale enami—
Ngiyambona.
(BRIDGE)
Mang’nokholo, ng’gudluz’ izintaba.
Iz’thembiso zikhanya bha!
Beng’ngayini ngaphandle
Kokhol’ olwenza ng’bone
Ngale kovivinyo?
3. Ngibona nekusasa
Eng’gcinelwe lona.
Kumelwe ng’qine.
Sek’sele kancane.
UJehova usezonqoba.
(CHORUS)
Nginokholo, ng’bheka ngale kosizi!
Nginokholo, angesabi lutho.
UJah wenza ngiqine,
Ngibheke phambili.
Ngiyazi uhlale enami—
Ngiyambona.
Ngiyambona.
(Bheka neyamaHeb. 11:1-40.)