Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ngiyazi UJehova Unami

Ngiyazi UJehova Unami

Dawuniloda:

  1. 1. Ngivuk’ ekuseni nganxusa kuJah,

    Ngoba senqatshelwe ukushumayela.

    Izindab’ ezinhle ngeke ngiz’godle.

    Ng’lalela uJah kunabantu.

    (CHORUS)

    Mangisensimini ngiba nok’thul’ ok’vela kuJah.

    Ng’yaz’ uJehov’ unami, ngingesabani?

    UJehova unami ang’sabi lutho.

  2. 2. Mangifik’ ekhaya ng’vele ng’khumbule,

    Lo munt’ odangele eng’xoxe naye.

    Ngiyafisa sibuye sibonane.

    Uk’fund’ iqiniso bekungamsiza.

    (CHORUS)

    Mangisensimini ngiba nok’thul’ ok’vela kuJah.

    Ng’yaz’ uJehov’ unami, ngingesabani?

    UJehova unami ang’sabi lutho.

    (BRIDGE)

    Le zindab’ ezinhle ziyangishisa,

    Ngizoz’sakaza kubo bonke,

    Ng’xoxe ngegama l’kaJehova.

    Ngizokhuthazela k’ze k’fik’ is’phelo.

    Neziny’ iz’khonzi z’yakhuthazela

    Ngizoqinisa ‘kholo lwami,

    Ng’themb’ uJehova, ng’be qotho kuye,

    Seliseduze izw’ elisha.

  3. 3. Makufika is’khathi sok’lala,

    Ng’bong’ uJehova ziye ngob’thongo.

    Angikhathazeki ngokuzayo,

    Ngob’ uJah unami, ng’ngesabani.

    (CHORUS)

    Mangisensimini ngiba nok’thul’ ok’vela kuJah.

    Ng’yaz’ uJehov’ unami, ngingesabani?

    UJehova unami, ang’sabi lutho.