Qinisekani
Dawuniloda:
1. Benikhuleka,
Nishumayela,
Nithembekile kukho konke.
Yize singak’boni ok’nehlelayo,
UJehova uk’bona konke.
(PRE-CHORUS)
Lapho nimiswa phambi kwezimantshi,
Sonke sinani.
Nisibekela is’bonelo,
UJah uyazi.
(CHORUS)
‘Ng’yaqiniseka
Nakufa nahulumeni k’nges’hlukanise noMdali.’
‘Ng’yaqiniseka
Nokuzayo namandla k’nges’hlukanise noMdali.’
Qinisekani
UJah uyan’thanda.
2. Nithembekile,
Nam’ okholweni,
Nathemb’ uJehov’
Ovivinyweni.
Noma izitha zinganivimbela,
Kodwa baningi abanani.
(PRE-CHORUS)
Lapho nimiswa phambi kwezimantshi,
Sonke sinani.
Nisibekela is’bonelo,
UJah uyazi.
(CHORUS)
‘Ng’yaqiniseka
Nakufa nahulumeni k’nges’hlukanise noMdali.’
‘Ng’yaqiniseka
Nokuzayo namandla k’nges’hlukanise noMdali.’
Qinisekani
UJah uyan’thanda ohh
Uyan’thanda niyigugu.
(BRIDGE)
Kulotshiwe: ‘Niyohlushwa ngokuhlonipha
UNkulunkulu.’
‘Kodwa kukho konke niyanqoba ngokuphelele’—
Oh, niyanqoba.