Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Uma Ungabona Engikubonayo

Uma Ungabona Engikubonayo

Dawuniloda:

  • Iphepha Lamanothi

  1. 1. Ngiyinqola eqhutshwa ngamasondo

    Futhi ngakhiwe ngensimbi.

    Ngiyinqola ehamb’ ishumayela.

    Kuba njani?

    Ake ngikuxoxele.

    (CHORUS)

    Um’ ungahamba nami,

    Ubone zonke iy’ndawo’ eng’ya kuzo.

    Um’ ungabona nabantu,

    Ubone nobuso babo lapho bemangala.

    (CHORUS)

    Um’ ungezw’ abak’shoyo,

    Lapho bebon’ izint’ abaz’qabukayo,

    Uzoqonda kukanjani,

    Bengasoze bangilibala.

    (BRIDGE)

    Nginamapheshana,

    Nginazo nezincwadi.

    Ngishumayela yonke indawo.

    Lapho bez’dlulela,

    Ngivele ngibakhange.

    Lapho kunezihlwele,

    Ngeke uz’ ungiswele.

    (CHORUS)

    Um’ ungahamba nami,

    Uzwe injabulo

    Eng’hlale nginayo,

    Uzofisa uk’ba yimi.

    Ngiyinqol’ eziqhenya ngok’fakaza.