Uthando Lobuzalwane
1. Nom’ ungayaphi, uyothol’ umndeni.
Ngoba bantu bakaJehova, bayonk’ indawo.
Uyozw’ uthando
Loqobo,
Lobuzalwane.
Zizw’ uthandwa.
2. Abazalwane bomhlaba wonke, bamunye noJah balandel’ uKristu
Ngok’thandana—
Bayizizwe,
Ez’thandanayo.
Zizw’ uthandwa.
(CHORUS)
Usinakekela sonke—
Ubaba wethu.
3. Emaphandleni, ezintabeni,
Emadolobheni, nom’ eziqhingini,
Kusekhaya.
Ungowesizwe s’kaJehova.
Zizw’ uthandwa.
(CHORUS)
Usinakekela sonke—
Ungubaba wethu.
(BRIDGE)
Kunzim’ ukuphil’ ezweni—
Kuyinselele ngempela.
Yek’ ubumnandi bokwaz’ uJah
Nokwazi abantu bakhe!
4. UJesu wathi masithandane.
Izigidi zikhombis’ uthando l’kaJah
Njengesizwe—
Qin’seka ungomunye wabo.
Zizw’ uthandwa.
Zizw’ uthandwa.