Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Yenz’ UMbuso Uze Kuqala

Yenz’ UMbuso Uze Kuqala

Dawuniloda:

  1. 1. Laph’ usemncane konke kulula.

    Uphendula ngenjabulo.

    Aw’nankinga yokushumayela;

    Awuk’khohl’ ukuthandaza.

    (PRE-CHORUS)

    Lapho uyukhula, leli zwe lizam’ ukuk’thonya.

    Uvele uzwe sekul’khuni nokuyoshumayela.

    Ukuzondla ngeZwi kwenz’ ukhulel‘ ek’vuthweni.

    Namathela kuJehova.

    Uk’bekel’ umvuzo.

    (CHORUS)

    Unendawo yakho endlini kaJah;

    Uzokusiza.

    Um’ uhlal’ unokuningi kokukwenza,

    Angek’ akukhohlwe

    Ngob’ uyigugu kuye.

  2. 2. Ubusha buza nezinkinga zabo,

    Uvivinyo l’qale phansi.

    Ungalinge ukhathazeke,

    Tshel’ uJah uzok’lalela.

    (PRE-CHORUS)

    Ukuvuthwa kwenz’ uthand’ uk’philel’ uJehova.

    Ukuz’dela kukwenz’ uthol’ injabulo.

    Ukuzondla ngeZwi kwenz’ ukhulel’ ek’vuthweni.

    Namathela kuJehova,

    Uk’bekel’ umvuzo.

    (CHORUS)

    Unendawo yakho endlini kaJah;

    Uzokusiza.

    Um’ uhlal’ unokuningi kokukwenza,

    Angek’ akukhohlwe

    Ngob’ uyigugu kuye.

    (BRIDGE)

    Yenz’ uMbuso uze kuqala.

    Ngek‘ uzisole; buza kwabaphambili.

    (CHORUS)

    Unendawo yakho endlini kaJah;

    Uzokusiza.

    Um’ uhlal’ unokuningi kokukwenza,

    Angek’ akukhohlwe

    Ngob’ uyigugu kuye.

    (BRIDGE)

    Yenz’ uMbuso uze kuqala.

    Ngek‘ uzisole; buza kwabaphambili.

    Yenz’ uMbuso uze kuqala.

    Ngek’ uzisole; buza kwabaphambili.