Yima, Zindla, Uthandaze
1. Impilo ay’lula inzima
Ngenxa yezinkinga uzizwa uphansi.
Abangane-mbumbulu bek’hlupha.
Biz’ uJehova buthule—
Ngomthandazo.
(CHORUS)
Ungadikibali.
Methembe uJehova.
Zola; Singanqoba
La k’sinda kakhulu.
Zindla ngomthandazo,
Njalo uyobe enathi.
‘Ngangabaz’ uyos’qondisa;
Cha gingqela kuJah.
S’menz’ athokoze.
Asiqondise.
2. Ngaluny’ usuku l’yabizela.
Izindleko ziqeda imali yonke.
Nalapho siyapha sijabule
Uma nje bethokoza—
Bejabula.
(CHORUS)
Lahla ukwesaba.
Wethembe uJehova.
Z’yoqond’ izindlela
Nxa s’jula ngomthandazo.
La sib’thaka s’yaqina.
S’yobona ubenathi.
Elokh’ es’qondisa.
Njalo nje, zindla uthandaze.
Jabulis’ uJah.
Asiqondise.
(CHORUS)
Methembe uJehova.
Z’yoqond’ izindlela
Nxa s’jula ngomthandazo.
Nxa sib’thaka s’yaqina.
S’yobona ubenathi.
Elokh’ es’qondisa.
Njalo nje zindla uthandaze.
Jabulis’ uJah.
Umbonge njalo.