Ziphe Is’khathi NoJehova
Dawuniloda:
1. Sinok’ningi
Kodwa is’khathi sincane.
Siswela nes’khathi sok’thandaza.
Kodwa kumelwe siziphe . . .
(CHORUS)
Is’khathi noJehova.
Hlal’ uxoxa naye.
Ungavum’ izinto zikuphuce
Is’khathi s’kaJehova.
2. S’yasondelana
Uma sixoxa.
Mas’xoxe noJah uzok’phendula
Kus’qinise ukholo
Ziphe . . .
(CHORUS)
Is’khathi noJehova.
Hlal’ uxoxa naye.
Ungavum’ izinto zikuphuce
Is’khathi s’kaJehova.
(BRIDGE)
Zindla
Ngendlel’ ak’siza ngayo.
Z’bone
Usuphil’ ePharadesi.
Qhelisa izithiyo.
Hlela.
Hlela.
Sihlele . . .
(CHORUS)
Is’khathi s’kaJehova.
Hlal’ uxoxa naye.
Ungavum’ izinto zikuphuce
Is’khathi s’kaJehova.
Hlela.
Sihlele.
Hlela.
Hlela.
Sihlele.
Hlela.
Sihlele.
S’hlele.