Uhlu Lwezihloko Ze-Nqabayokulinda Ne-Phaphama! Ka-2018
Lubonisa nomagazini isihloko esivela kubo
INQABAYOKULINDA EFUNDWAYO
IBHAYIBHELI
Indlela Ongenza Ngayo Ukufunda IBhayibheli Kuzuzise Futhi Kujabulise, Julayi
IMIBUZO EVELA KUBAFUNDI
Abantu abangashadile abachitha ubusuku ndawonye ingabe bangavela phambi kwekomiti yokwahlulela? Julayi
Babengobani aBenzi Bokuhle uJesu akhuluma ngabo? Novemba
Kungani ishintshiwe indlela iHubo 144:12-15 elibhalwe ngayo? Ephreli
Kungani kungavumelekile ukufaka izincwadi zethu ku-inthanethi? Ephreli
Kungani uPawulu evezwa enempandla? Mashi
Umphostoli uPawulu “wathathwa wayiswa ezulwini lesithathu” ‘nasepharadesi’ ngamuphi umqondo? (2Ko 12:2-4), Disemba
INGXUBEVANGE
Ingabe Uyasazi Isikhathi? (Ngezikhathi ZeBhayibheli), Septhemba
UMthetho KaMose Wawusebenza Lapho Kuqulwa Amacala? Januwari
UStefanu Wahlala Ezolile Lapho Eshushiswa, Okthoba
Wayengase Athole Izibusiso ZikaNkulunkulu (URehobowamu), Juni
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO
Abhekephi Amehlo Akho? Julayi
Basha—Melanani Ngokuqinile NoDeveli, Meyi
Basha, Ningakuthola Ukwaneliseka Ekuphileni Disemba
Basha, UMdali Wenu Ufuna Nijabule, Disemba
Basha Zibekeleni Imigomo Ezonisondeza KuNkulunkulu? Ephreli
Bayajabula Abakhonza ‘UNkulunkulu Ojabulayo,’ Septhemba
Bayajabula Abantu Abaphanayo, Agasti
Bazali, Niyazisiza Yini Izingane Zenu Ukuba Zibhapathizwe? Mashi
Bona Umehluko Phakathi Kwabantu Abakhonza UJehova Nalabo Abangamkhonzi, Januwari
Hlonipha “Lokho UNkulunkulu Akuhlanganisile,” Disemba
Ingabe Uyayivumelanisa Imicabango Yakho NekaJehova? Novemba
ISikhumbuzo Sibuthuthukisa Kanjani Ubunye Bethu?, Januwari
Isiyalo Siwubufakazi Bokuthi UNkulunkulu Uyasithanda, Mashi
Ingabe UJehova Umazi NjengoNowa, UDaniyeli NoJobe? Febhuwari
Ingabe Unamaqiniso Aphelele Ngendaba? Agasti
Indlela Yokuthola Inkululeko Yangempela, Ephreli
Khonza UJehova, UNkulunkulu Wenkululeko, Ephreli
Khuthazanani “Ikakhulu Njengoba Nibona Usuku Lusondela,” Ephreli
Kungani Kufanele Uphe UMuntu Onakho Konke? Januwari
Kusho Ukuthini Ukuba Umuntu Ongokomoya? Febhuwari
Kwangathi Sonke Singaba Munye Njengoba UJehova NoJesu Bemunye, Juni
“Lalelani Isiyalo Nihlakaniphe,” Mashi
Lingisa Ukholo Nokulalela KukaNowa, UDaniyeli NoJobe, Febhuwari
Methembe UMholi Wethu—UKristu, Okthoba
“Ngizohamba Eqinisweni Lakho,” Novemba
“Ngubani OngakuJehova?” Julayi
Okwenza Siqhubeke Sithela Izithelo Eziningi,” Meyi
Qhubeka Ubonisa Uthando Olwakha Abanye, Septhemba
Sazi Isitha Sakho, Meyi
Sebenza NoJehova Usuku Ngalunye, Agasti
SingabakaJehova, Julayi
Siyakudinga Ukungenisa Izihambi Mashi
“Sizobonana EPharadesi!” Disemba
Thembela KuJehova Uphile! Novemba
“Thenga Iqiniso Ungalithengisi,” Novemba
Thuthuka Njengomuntu Ongokomoya! Febhuwari
Ubani Obumba Ukucabanga Kwakho? Novemba
Ufuna Ukwaziwa Ubani? Julayi
UJehova Uyabathanda Labo Abathela Izithelo Ngokukhuthazela,” Meyi
Ukufundisa Iqiniso, Okthoba
“Ukukhanya Kwenu Makukhanye” Ukuze Kukhazimulise UJehova, Juni
Ukukhuluma Iqiniso, Okthoba
Ukulingisa UJehova—UNkulunkulu Onikeza Isikhuthazo, Ephreli
Ukuze Sibe AmaKristu Kumelwe Sibhapathizwe, Mashi
“Uma Nizazi Lezi Zinto Niyajabula Uma Nizenza,” Septhemba
“UMbuso Wami Awuyona Ingxenye Yaleli Zwe,” Juni
Ungahluleli Abanye Ngendlela Ababukeka Ngayo, Agasti
“Unika Okhatheleyo Amandla,” Januwari
Uthando Olunjani Olusenza Sijabule Ngempela? Januwari
Uyasicabangela Yize EnguMninimandla Onke, Septhemba
Vumela Imithetho KaNkulunkulu Nezimiso Zakhe Ziqeqeshe Unembeza Wakho, Juni
Yiba Nokuthula Kwangaphakathi Naphezu Kwezimo Ezishintshayo, Okthoba
Yiba Ocabangelayo Nonomusa Ulingise UJehova, Septhemba
IZINDABA ZOKUPHILA
Isiqalo Esinzima—Isiphetho Esicebile (S. Herd), Meyi
Ngaduduzwa Kuzo Zonke Izinkathazo Zami (E. Bazely), Juni
Ngizimisele Ukungavumeli Izandla Zami Ziyethe (M. Danyleyko), Agasti
UJehova Akakaze Angidumaze! (E. Bright), Mashi
UJehova Wasibusisa Ngokucebile Isinqumo Sami (C. Molohan), Okthoba
“UJehova Wenze Ngokufanele” Kithi (J. Bockaert), Disemba
Zonke Izinto Zingenzeka Ngosizo LukaJehova (B. Berdibaev), Febhuwari
OFAKAZI BAKAJEHOVA
1918—Eminyakeni Eyikhulu Edlule, Okthoba
Bazalwane Asebekhulile—UJehova Uyajabula Ngobuqotho Benu, Septhemba
Bazinikela Ngokuzithandela EMadagascar, Januwari
Bazinikela Ngokuzithandela EMyanmar, Julayi
Indlela Imbewu Yeqiniso Eyatshalwa Ngayo Okokuqala EPortugal, Agasti
Izinkulumo Zeningi Zisakaza Izindaba Ezinhle E-Ireland, Febhuwari
Madoda Amisiwe—Fundani KuThimothewu, Ephreli
Ukuvuna Okukhulu! (E-Ukraine), Meyi
Yisiphi Isipho Esingasinika UJehova? (iminikelo), Novemba
UKUPHILA NEZIMFANELO ZOBUKRISTU
Amandla Okubingelela, Juni
Hlakulela Uzwela Ngazo “Zonke Izinhlobo Zabantu,” Julayi
Injabulo—Imfanelo Esiyithola KuNkulunkulu, Febhuwari
“Olungile Uyojabula NgoJehova,” Disemba
Ukubekezela—Ukukhuthazela Okunenjongo, Agasti
Ukuthula—Ungakuthola Kanjani? Meyi
Umusa—Imfanelo Eboniswa Ngezwi Nangesenzo, Novemba
INQABAYOKULINDA YOMPHAKATHI