Uhlu Lwezihloko Ze-Nqabayokulinda Ne-Phaphama! Ka-2020
Lubonisa nomagazini isihloko esivela kuwo
INQABAYOKULINDA EFUNDWAYO
IBHAYIBHELI
Imivubukulo Ikufakazela Kanjani Ukuthi UBhelishazari WaseBhabhiloni Wayeyinkosi? Febhuwari
UKUPHILA NEZIMFANELO ZOBUKRISTU
Ubumnene—Kungani Kuzuzisa Ukuba Mnene? Meyi
Zikhandle Esabelweni Sakho! Disemba
Ukuzithiba—Kubalulekile Ukuze UJehova Asamukele, Juni
OFAKAZI BAKAJEHOVA
1920—Eminyakeni Eyikhulu Edlule, Okthoba
Ukusabela Ekukhaleni Kwecilongo Namuhla, Juni
Izibusiso Ezicebile Ezitholwa Yilabo Ababuyela Emazweni Akubo, Novemba
IZINDABA ZOKUPHILA
“Yithi Laba! Thuma Thina” (U-J. no-M. Bergame), Mashi
Ngenze Lokho Obekufanele Ngikwenze (U-D. Ridley), Julayi
“UJehova Akazange Angikhohlwe” (U-M. Herman), Novemba
Ukufunda Ezibonelweni Ezinhle Kwangiholela Ezibusisweni Ezicebile (U-L. Crépeault), Febhuwari
INGXUBEVANGE
Ubufakazi Bokuthi Ama-Israyeli Ayeyizigqila EGibhithe, Mashi
Amakhosi Alwayo Esikhathini Sokuphela, Meyi
IMIBUZO EVELA KUBAFUNDI
Ingabe izimfanelo ezibalwe kweyabaseGalathiya 5:22, 23 ziwukuphela ‘kwezithelo zomoya’? Juni
Ingabe amazwi kaPawulu akweyoku-1 Korinte 15:29 asho ukuthi amanye amaKristu angesikhathi sakhe ayebhapathizwa esikhundleni sabantu abafile? Disemba
Ingabe umShumayeli 5:8 ukhuluma ngababusi abangabantu kuphela noma noJehova uyangena? Septhemba
Ingabe izAga 24:16 zibhekisela kumuntu owela esonweni ngokuphindaphindiwe? Disemba
UJesu waba nini uMpristi Ophakeme, futhi ukhona yini umehluko phakathi kokuthi isivumelwano esisha saqiniswa nini nokuthi samiswa nini? Julayi
Babengobani onogada bethempeli abangamaJuda? Wawuyini umsebenzi wabo? Mashi
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO
Yenza Ngokuhlakanipha Phakathi Nesikhathi Sokuthula, Septhemba
Ukuhlasela Okuvela Enyakatho! Ephreli
Ingabe Uwulinde Ngesineke “Umuzi Onezisekelo Zangempela”? Agasti
Ingabe Ukulungele Ukuba Umdobi Wabantu? Septhemba
Ingabe Usukulungele Ukubhapathizwa? Mashi
Qiniseka Ngokuthi Uthole Iqiniso, Julayi
“Ungasivumeli Isandla Sakho Siphumule,” Septhemba
Ungazicabangi Umkhulu Kunalokho Okudingeka Ukucabange, Julayi
Uyambonga Yini UNkulunkulu Ngezipho Akuphe Zona? Meyi
Basekele Odadewethu AbangamaKristu, Septhemba
‘Hambani Niyokwenza Abafundi,’ Januwari
“Kuqaphe Ophathiswe Kona,” Septhemba
“Abafile Bayovuswa Kanjani?” Disemba
Ubabheka Kanjani Abantu Abasensimini Okuyo? Ephreli
Indlela Yokusiza Omfundela IBhayibheli Athuthuke Aze Abhapathizwe—Ingxenye 1, Okthoba
Indlela Yokusiza Omfundela IBhayibheli Athuthuke Aze Abhapathizwe—Ingxenye 2, Okthoba
Singabasiza Kanjani Abanye Bagcine Imiyalo KaKristu?, Novemba
Indlela Ongalwa Ngayo Nokudangala, Disemba
“Nginibizé Ngokuthi Ningabangane,” Ephreli
“Mina Uqobo Ngiyozifuna Izimvu Zami,” Juni
UJehova Uqondisa Inhlangano Yakhe, Okthoba
UJehova UBaba Wethu Usithanda Kakhulu, Febhuwari
“UJehova . . . Uyabasindisa Abadangele,” Disemba
Uyigugu KuJehova UNkulunkulu Wakho! Januwari
Qhubeka Uhamba Eqinisweni, Julayi
Vumela UJehova Akusize Ube Nokuthula, Febhuwari
“Malingcweliswe Igama Lakho,” Juni
Balalele, Ubazi Kangcono Futhi Ubabonise Uzwela Abanye, Ephreli
‘Bheka Phambili’ Esikhathini Esizayo, Novemba
Ukuthanda UJehova Nokumazisa Kuholela Ekubhapathizweni, Mashi
Thandanani Kakhulu, Mashi
Lwela Ukuba Nokuthula Nabanye Ngokulwa Nomona, Febhuwari
Hlonipha Indawo Yabanye Ebandleni LikaJehova, Agasti
“Buyelani Kimi,” Juni
‘Gijima Uze Uyoqeda,’ Ephreli
Bonisa Ukuthi Uyabonga Ngezipho Ezingabonakali, Meyi
Yiba Nesibindi—UJehova UnguMsizi Wakho, Novemba
“Inkosi Yasenyakatho” Esikhathini Sokuphela, Meyi
Uvuko—Ithemba Eliqinisekisiwe! Disemba
Uvuko Lwembula Uthando, Ukuhlakanipha Nesineke SikaNkulunkulu, Agasti
‘Umoya Ngokwawo Uyafakaza,’ Januwari
“Yenza Inhliziyo Yami Ibe Nobunye Ukuze Yesabe Igama Lakho,” Juni
Hamba NoNkulunkulu Wakho Ngokuthobeka Nangesizotha, Agasti
Simthanda Kakhulu UJehova UBaba Wethu, Febhuwari
Sizohamba Nani, Januwari
“Lapho Ngibuthakathaka, Kulapho-ke Nginamandla,” Julayi
Isiphi Isikhathi Esikahle Sokukhuluma? Mashi
Ubani “Inkosi Yasenyakatho” Namuhla? Meyi
Ingabe Izingane Zakho Zizokhula Zikhonze UJehova? Okthoba
Uzimisele Yini Ukuqhubeka Ulungiswa? Novemba
Ungaba “Usizo Oluqinisayo” Kwabanye, Januwari
Unendawo Ebalulekile Ebandleni LikaJehova! Agasti
INQABAYOKULINDA YOMPHAKATHI