INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Mashi 2017

Lo magazini unezihloko ezifundwayo zika-May 1-28, 2017.

INDABA YOKUPHILA

Ngiye Ngazuza Ngokuhamba Nabahlakaniphile

Eminyakeni yakhe eminingi esenkonzweni yesikhathi esigcwele, uWilliam Samuelson uye wenza izabelo ezithakazelisayo neziyinselele.

Nikeza Udumo Kulowo Olumfanele

Ubani ofanelwe udumo, futhi kungani? Uzozuza kanjani ngokudumisa abanye?

Bonisa Ukholo​—⁠Unqume Ngokuhlakanipha!

Ezinye zenzinqumo zingakushintsha ngokuphelele ukuphila kwakho. Yini engakusiza wenze izinqumo ezihlakaniphile?

Khonza UJehova Ngenhliziyo Ephelele!

U-Asa, uJehoshafati, uHezekiya noJosiya amakhosi akwaJuda awenza amaphutha. Noma kunjalo uNkulunkulu wababheka njengabamkhonze ngenhliziyo ephelele. Kungani?

Uyoyigxilisa Yini Inhliziyo Yakho Ezintweni Ezilotshiwe?

Singafunda izifundo ezibalulekile emaphutheni abanye, kuhlanganise namaphutha alotshwe eBhayibhelini.

Ukuba Umngane Lapho Ubungane Busengcupheni

Kungase kube nesikhathi lapho umngane wakho ophambukile efuna ukwenza izinto ngendlela efanele. Ungamsiza kanjani?

Igama EliseBhayibhelini Embizeni Yasendulo

Izingcezu zembiza yobumba ezineminyaka engu-3 000, ezambiwa ngo-2012 zavusa isithakazelo sabacwaningi. Yini eyayikhethekile ngalo mvubukulo?