INQABAYOKULINDA No. 2 2020 | Uyini UMbuso KaNkulunkulu?
Abantu bebelokhu bebuza lo mbuzo amakhulu eminyaka. Impendulo ingatholakala ngokufunda iBhayibheli.
“Mawufike Umbuso Wakho”—Umthandazo Ophindaphindwa Izigidi Zabantu
Imiphi imibuzo mayelana noMbuso kaNkulunkulu okudingeka siyiphendule ukuze siqonde ukuthi usho ukuthini lo mthandazo?
Kungani Sidinga UMbuso KaNkulunkulu?
Lapho abantu bezibusa bona, izinkinga zihlale zikhona.
Ubani OyiNkosi YoMbuso KaNkulunkulu?
Ababhali abaningana beBhayibheli babhala imininingwane egagula umuntu owayezoba iNkosi yoMbuso kaNkulunkulu. Kuwo wonke umlando wesintu uyedwa kuphela umuntu ongena khaxa kule ncazelo.
UMbuso KaNkulunkulu Uzobusa Nini Emhlabeni?
Abanye babalandeli bakaJesu abathembekile nabo babefuna ukukwazi lokho. Wawuphendula kanjani umbuzo wabo?
Yini UMbuso KaNkulunkulu Ozoyenza?
UJesu wayazi ukuthi uMbuso kaNkulunkulu uwukuphela kukahulumeni ongakwazi ukulungisa izinkinga ezisemhlabeni. Yini esiyenziwe yilowo Mbuso eyenza siwethembe?
Khetha Ukusekela UMbuso KaNkulunkulu Manje!
UJesu wayala abalandeli bakhe ukuba bafune kuqala uMbuso. Ungakwenza kanjani lokho?
UMbuso KaNkulunkulu—Uyini?
Abantu abaningi bathandazela ukuba uMbuso kaNkulunkulu uze, kodwa wake wazibuza yini ukuthi uyini uMbuso kaNkulunkulu nokuthi uzokwenzani?