Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INQABAYOKULINDA No. 4 2017 | Lithini IBhayibheli Ngokufa Nokuphila?

UCABANGANI?

Ingabe uNkulunkulu wayesidalele ukuba sife? IBhayibheli lithi: [UNkulunkulu] uyosula zonke izinyembezi emehlweni abo, ukufa ngeke kusaba khona.”IsAmbulo 21:4.

Le Nqabayokulinda ixoxa ngalokho iBhayibheli elikushoyo mayelana nokufa nokuphila.

 

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Umbuzo Oyindida

Njengoba kunemibono eyehlukene ngalokho okwenzekayo uma umuntu esefile, kukhona yini lapho singathola khona impendulo esingayethemba ngale ndaba?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Okushiwo YiBhayibheli Mayelana Nokufa Nokuphila

Ingabe ikhona ingxenye kithi eqhubeka iphila uma sesifile? Ingabe sinomphefumulo ongafi? Bakuphi abafile?

Ongakwenza Lapho Umuntu Omthandayo Enesifo Esingalapheki

Amalungu omndeni angamduduza futhi amnakekele kanjani othandekayo wawo onesifo esingalapheki? Umuntu onakekela ogulayo angabhekana kanjani nokucindezeleka angase abe nakho?

U-Elias Hutter NamaBhayibheli Akhe EsiHebheru Aphawulekayo

U-Elias Hutter, isifundiswa sangekhulu le-16, wanyathelisa amaBhayibheli amabili esiHebheru. Yini eyenza la maBhayibheli aba yigugu kangaka.

Isiqinisekiso Esivela Ohlamvwini Oluncane LwesiHebheru

Laliyini iphuzu likaJesu lapho ekhuluma ngohlamvu oluncane kunazo zonke?

Liyoba Khona Ngempela Yini Ipharadesi Emhlabeni?

Indaba yepharadesi elalahleka itholakala kuwo wonke umlando wabantu. Ingabe lelo pharadesi liyophinde libe khona?

Lithini IBhayibheli?

Ukukhathazeka kubonakala kuyingxenye yempilo. Ingabe kuyoke kuphele?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Kungani Abantu Befa?

Izimpendulo zeBhayibheli zalo mbuzo zisinika kokubili induduzo nethemba.