PHAPHAMA! No. 2 2016 | Ingabe IBhayibheli Limane Nje Liyincwadi Enhle?
Kunesizathu esihle esenza iBhayibheli libe incwadi ehunyushwe nesakazwe kakhulu kunazo zonke emlandweni.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Ingabe IBhayibheli Limane Nje Liyincwadi Enhle?
Kungani abantu befaka ukuphila kwabo engozini ngoba befuna ukufunda noma ukumane babe neBhayibheli?
USIZO LOMNDENI
Ukusiza Ingane Yakho Ibhekane Nokuthomba
Amacebiso amahlanu asekelwe eBhayibhelini angakwenza ubhekane kalula nalesi sikhathi esiyinselele.
INGXOXO NOTHILE
Isazi Sesayensi Yemibungu Sichaza Ngokholo Lwaso
UProfesa Yan-Der Hsuuw wake wakholelwa ekutheni izinto zazivelela, kodwa ngemva kokuba usosayensi wezocwaningo, wawushintsha umbono wakhe.
UMBONO WEBHAYIBHELI
Ukukhathazeka
Uhlobo olufanele lokukhathazeka lungazuzisa; kanti olungafanele lungalimaza. Ungabhekana kanjani nakho ngokuphumelelayo?
Ubukhazikhazi Bopholi
Funda kafushane ngokuphila kwalezi zinyoni ezinhle ngokubabazekayo.
UKUBUKA OKWEZWE
Ukuhlolisisa Ubudlelwane
Ucwaningo lwamuva luqinisekisa ukuhlakanipha kweBhayibheli.
Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet
Yayisingicikile Indlela Engangiphila Ngayo
UDmitry Korshunov wayeyisidakwa, kodwa waqala ukufunda iBhayibheli nsuku zonke. Yini eyamenza wenza izinguquko ezinkulu ekuphileni kwakhe?
Waphuma Ejele Waba Umuntu Ongcono
UDonald, owayeyisiboshwa, uchaza indlela ukutadisha iBhayibheli okwamsiza ngayo ukuba azi uNkulunkulu, enze izinguquko ekuphileni kwakhe futhi abe umyeni ongcono.